d ugqugquzele intuthuko yasemakhaya neyasemadolobheni esimeme; futhi e usungule izinhlelo zokulekelela ngamakhono, kanye nezinhlelo zokulawula nokuqapha.
Umumo wohlaka oluphezulu loMnyango wengezwe lapha njengesiThasiselo "A".
noNkk. HB Krishnan: IMenenja-Jikelele: kwezeziMali zoMasipala; kanye c noMnu.
Umumo woHlaka lokuPhathwa koLwazi wengezwe lapha njengesiThasiselo "B".
Umkhombandlela ohlongozwe kwisigaba 10 soMthetho, mayelana nokusetshenziswa koMthetho wokuGqugquzelwa kokuTholakala koLwazi, 2000, uyatholakala kwiKhomishana yamaLungelo aBantu yaseNingizimu Afrika.
Imibiko yokuHlolwa yoMnyango; kanye nemibiko yoMcwaningimabhuku-Jikelele kaMasipala.
Imibiko yokuHlolwa yoMnyango; kanye nemibiko yoMcwaningimabhuku-Jikelele kaMasipala.
Namasu kaMasipala okuThuthukisa iziMali onyaka.
Namazinga okusebenza ejwayelekile kanye nenani lempahla ngayinye.
Ulwazi mayelana nokuhlinzekwa kwezidingongqangi zamahhala.
Imikhombandlela yokuhlinzeka amanzi amahhala; kanye nemikhombandlela yokuhlinzeka ngogesi wamahhala.
NeziNhlelo zokuPhathwa kweziMali zemiKhandlu yeNdabuko neziNdlu zaseKhaya.
Nenqubomgomo eyakhiwe ngokuphathwa kwezingxabano emiphakathini yendabuko.
Nanoma iyiphi into egcinwe kumtapolwazi wokuhlelwa kwentuthuko, ngaphandle kwalokho okucacisiwe ukuthi kuyimfihlo.
Nezinhlelo zokuhlelwa kwamaDolobha.
kanye neziMemezelo mayelana nemingcele yemiKhandlu yeNdabuko.
noMbiko weKomidi eliLawulayo wokuBamba iQhaza koMphakathi.
Nombiko wanyanga zonke wemiklamo.
Nohlu lwemiKlamo exhaswe ngezimali.
NoMkhombandlela weNqubo yokuSetshenziswa kweziKhungo eziPhethwe ngokweNdabuko.
Nendlela yokubika ngokuphothulwa kokwakhiwa kwemizila.
NoMbiko wanyanga zonke wenqubekela phambili.
NoMbiko wanyanga zonke wenqubekela phambili.
NeziNhlelo zokuQwashisa nokuBandakanya uMphakathi.
Nezinqubomgomo kanye nezinqubo.
NemiBiko yanyanga zonke nezimali ezikhokhiwe.
Izincwadi kanye namarekhodi amayelana nazo zonke izindaba ezithinta abasebenzi kanye nokusebenza kubandakanya ukuqasha nokuhlunga abasebenzi, amaholo, ukuqedwa komsebenzi, ukuphathwa kwemibandela yokusebenza, ukuqondiswa kwezigwegwe, ukuxazululwa kwezinkinga, izinxephezelo kanye nokudingida ezabasebenzi nezinyunyana; kanye nezinqubomgomo nemikhombandlela yezabasebenzi.
Izinqubomgomo mayelana nokuThuthukiswa kwamaKhono kubaSebenzi.
EzokuPhepha Amarekhodi okuLawulwa kokuNgena nokuPhuma eziKhungweni.
Amacala Yonke imiphumela yamacala ezintweni ezihlanganisa iLungu loMkhandlu oPhethe noMnyango.
Imiphumela yokwenyuswa kwamazinga emisebenzi ngemuva kokuba sekuhlolwe ukusebenza.
Ukuze kufinyeleleke kumarekhodi oMnyango, ofake isicelo kumele ahambisane nazo zonke izidingo ezingokwenqubo ezisemthethweni ezimayelana nokufakwa kwezicelo zokuthola lawo marekhodi, futhi ukutholakala kwalolo lwazi angeke kunqatshelwe, ngaphandle uma kungenxa yokwenqatshwa okuhlongozwe eMthethweni.
Noma ngubani ofake isicelo kumele asebenzise iFomu A njengoba lishicilelwe kwiSaziso esikwiGazethi kaHulumeni No.
g isiKhulu soLwazi siyokwazisa ofake isicelo ngesinqumo saso mayelana nolwazi oluceliwe; futhi h enye inkokhelo ingaphinde idingeke ukuba ikhokhwe ukuze kwenziwe ucwaningo, amalungiselelo, kwenziwe kabusha futhi kwandiswe isikhathi kulawo mahora abekiwe okudalula lawo marekhodi, uma isicelo samukelwe.
lukhombisa leyo misebenzi etholakalayo kumalungu omphakathi.
b Noma yimuphi umuntu ofisa ukuthola izidingo okukhulunywe ngazo kwindima a kumele acele ngokuthi axhumane noMdidiyeli woLwazi woMnyango ohlongozwe kwisigatshana somthetho 2 (c).
i lokubonisana futhi enze iziphakamiso; kanye ii nokubamba iqhaza ekwakhiweni kwenqubomgomo, ekusetshenzisweni kwamandla kanye nasekwenziweni kwemisebenzi yizikhulu zoMnyango.
Njengamanje alukho olunye ulwazi olukhona njengoba kuhlongozwe esigabeni 14 (i) soMthetho.
Isicelo samukelwe ngu:...
Yisho isikhundla, igama nesibongo kwesikhulu solwazi/ kwesekela lesikhulu solwazi mhla zi (usuku) e ... (indawo).
Imali yesicelo (uma ikhona): R...
Idiphozi (uma ikhona): R...
Imali yokuthola ulwazi: R...
B. Imininingwane yomuntu ocela ukuthola irekhodi a Imininingwane yomuntu ocela ukuthola irekhodi kumele ihlinzekwe ngezansi.
b Kumele kuhlinzekwe ikheli kanye nenombolo yefeksi kwakuleli zwe lapho kuzothunyelwa khona ulwazi.
c Kumele kunanyathiselwe isiqinisekiso samandla okwenziwa kwesicelo, uma sikhona.
Lesi sigaba kumele sigcwaliswe KUPHELA uma isicelo solwazi senziwe egameni lomunye umuntu.
Hlinzeka ngemininingwane ephelele yerekhodi elidingekayo, kubandakanya inombolo yenkomba yerekhodi uma uyazi ukwenzela ukuthi irekhodi litholakale.
Uma isikhala esinikeziwe singenele, uyacelwa ukuba uqhubeke kwelinye iphepha eliseceleni ulinamathelise kuleli fomu. Ofake isicelo kumele asayine onke amaphepha engeziwe.
E. Imali ekhokhwayo a Isicelo sokuthola irekhodi, ngaphandle kwerekhodi eliqukethe imininingwane emayelana nawe, siyokwenziwa kuphela uma sekukhokhwe imali yesicelo.
b Uyokwaziswa ngesamba semali okumele ikhokhwe njengemali yesicelo.
c Imali ekhokhwayo ukuze kutholakale irekhodi incike kwindlela okudingeka ngayo lelo rekhodi kanye nesikhathi esidingekayo ukuze kubhekwe futhi kulungiswe irekhodi.
d Uma ufanelekile ukuthi uhoxiswe ekukhokheni imali ethile, ucelwe ukuba ubeke isizathu esibangela lokho.
Uma unokukhubazeka okwenza ungakwazi ukufunda, ukubona noma ukuzwa irekhodi elitholakale ngendlela ehlinzekwe ku 1 kuya ku 4 ngasenhla, chaza ukukhubazeka kwakho bese usho ukuthi irekhodi ulidinga lindlelani.
Maka ibhokisi elifanele ngo X.
a Ukuze kuhanjiswane nesicelo sakho sokuthola irekhodi ngendlela ethile kungancika ekutheni irekhodi litholakala lingayiphi indlela.
b Ukuthola irekhodi ngendlela eceliwe kunganqatshelwa ngaphansi kwezimo ezithile. Ezimweni ezinjalo uyokwaziswa uma kunokwenzeka ukuthi uthole irekhodi lingenye indlela.
c Imali ekhokhwayo ukuze uthole irekhodi, uma ikhona, iyonqunywa kwesinye isikhathi yindlela irekhodi elicelwa liyiyona.
Uma ucele ikhophi noma ukuhunyushelwa irekhodi (ngasenhla), ngabe ufisa ukuba ikhophi noma okuhunyushiwe uposelwe khona?
Kudingeka imali yokuposa.
Qaphela ukuthi uma irekhodi lingatholakali ngolimi wena oludingayo, ulwazi lungatholakala ngolimi irekhodi elitholakala ngalo.
Ngabe ufisa ukuba irekhodi libe ngaluphi ulimi?
Uyokwaziswa ngokubhaliwe ukuthi isicelo sakho sivunyiwe noma senqatshiwe.
Uma ufisa ukwaziswa ngenye indlela, uyacelwa ukuba ucacise futhi uhlinzeke ngemininingwane edingekayo ukuze kufezwe isicelo sakho.
Ufisa ukwaziswa ngandlelani ngesinqumo mayelana nesicelo sakho sokuthola irekhodi?
Isayinwe e ngalolu suku lomhla zi ku...
INHLOSO: Ukulawula izinto esinobungozi ezenziwa eMnyangweni.
Ukusungula nokuqalisa uhlelo lokulawulwa kwezinto esinobungozi eMnyangweni.
Ukusungula nokuqalisa uhlelo lokuqapha nokuHlola mayelana nezinto ezinciphisa ukungozi loMnyango.
Ukuqalisa uhlelo lokulawulwa kobungozi nokubika ngalokho.
Ukubhekela ukuhambisana nocwaningo mabhuku lwangaphakathi.
Ukubhekela Ukucwaningwa kwamabhuku kwangaphakathi.
Ukuhlinzeka ngemisebenzi yokucwaningwa kwamabhuku ukuqinisekisa ukuthi kuyahanjiswana nenqubomgomo nemithetho ebekiwe.
Ukulawula izinto esinobungozi ezenziwa eMnyangweni.
Ukuhlinzeka ngokwelulekwa kwezomthetho kuyo yonke imikhakha yokusebenza yoMnyango.
Ukuhlinzeka ngokwesekwa kwezomthetho mayelana nokulawulwa kwezinkontileka.
Ukuhlinzeka ngokwesekwa kwezomthetho mayelana namacala asenkantolo.
Ukufaka igalelo ekusungulweni kwemithetho neMithethonqubo.
Ukusiza ngokuxazulula ukungaboni ngasolinye ukuqondiswa kwezigwegwe nezinxephezelo.
Ukulawula imisebenzi yokweseka ukusebenza koMnyango ukuze kuphuculwe ukuhlinzekwa kwezidingo.
Ukudidiyela imisebenzi yokuphathwa kweziNhlekelele yesiFundazwe.
Ukuhlinzeka ngokwesekwa kokusebenza.
Ukulawula nokudidiyela izimali zomasipala.
Ukulungiselela nokudidiyela ukuhlelwa komasipala.
Ukulawula nokudidiyela ukuthuthukiswa kweNgqalasizinda kamasipala.
UkuQapha nokuHlola amakhono ezingeni lokuphatha komasipala ngokuhambisana nemithetho ekhona.
Ukuhlinzeka ngokwesekwa kwezokuphatha eMkhakheni wokuSebenza.
INHLOSO: Ukulungiselela nokudidiyela ukuhlelwa komasipala.
Ukweseka izinhlelo ze-IDP zomasipala.
Ukuqinisekisa ukuPhathwa kokuSebenza koMasipala.
Ukuhlinzeka ngokwesekwa kwezokuphatha eMkhakheni wokuSebenza.
INHLOSO: Ukulawula nokudidiyela ukuthuthukiswa ingqalasizinda kamasipala.
INHLOSO: Ukulawula nokudidiyela ukubuswa kwesikhungo sendabuko.
Ukuhlinzeka ukwesekwa kokusebenza kwiMenenja-Jikelele ePhakeme.
Ukugqugquzela ukubusa okuhle ezikhungweni 1.
Ukulawula ezezimali eziqondene nezikhungo zendabuko 2.
Ukuhlinzeka ngokwesekwa kwezokuphatha eMkhakheni 3. Ukudidiyela ngokwesekwa kwezokuphatha nokusebenza wokuSebenza.
Ukuhlinzeka ngokwesekwa kwezokuphatha eMkhakheni wokuSebenza.
INHLOSO: Ukulawula ukusebenza ukuze kwenziwe ngcono ukuhlinzekwa kwezidingo.
Ukulawula ukusungulwa kwenqubomgomo kanye nokweluleka ukuze kuthuthukiswe isikhungo.
Ukuhlinzeka ngokuphathwa kokusetshenziswa komhlaba.
Ukugqugquzela ukuthuthukiswa kwemiphakathi nokugqugquzela ukubusa ngokubandakanya umphakathi.
Ukulawula imisebenzi emayelana nokuthuthukisa izindawo zasemakhaya nezasemadolobheni.
INHLOSO: Ukulawula ukusungulwa INHLOSO: Ukuhlinzeka ngemisebenzi ngokuthi kubandakanywe umphakathi INHLOSO: Ukugqugquzela ukuthuthukiswa kwenqubomgomo kanye nokweluleka ukuze emayelana nokuphathwa kokusetshenziswa kwezindawo zasemakhaya nezasemaDolobheni kuthuthukiswe isikhungo.
IMISEBENZI: IMISEBENZI: komphakathi komasipala. nentuthuko esezingeni eliphansi.
Ukuhlinzeka ngemisebenzi emayelana 2. Ukulawula nokulungiselela ukuqaliswa nokusungula inqubomgomo emayelana nokuPhathwa kokuthuthukiswa komhlaba kohlelo lwe-CDW.
nokubusa kohulumeni wasekhaya 2. Ukuhlinzeka ngolwazi kwezentuthuko 3. Ukuqapha nokuHlola amakhono 1.
Ukuhlinzeka ngokwesekwa kokuphathwa ekubumbeni iqhaza komphakathi zokubhekana nokuthuthukiswa kwezindawo zezikhungo ezingaphansi koMnyango komhlaba emiKhandlwini yeNdabuko komasipala nasezikhungweni zendabuko. zasemakhaya.
Ukuhlinzeka ngokwesekwa kwezokuphatha 4. Ukuhlinzeka ngokwesekwa kwezokuphatha 2.
Ukuhlinzeka ngemitapo yolwazi emadolobheni.
Ukuhlinzeka ngokwesekwa kwezokuphatha lukahulumeni emiphakathini.
Ukuhlinzekela ubudlelwane obuSimeme phakathi komasipala nezikhungo zobuholi bendabuko.
Ukuhlinzeka ngokwesekwa kwezokuphatha eMkhakheni wokuSebenza.
INHLOSO: Ukulungiselela amasu okulawulwa kwezinhlekelele.
INHLOSO: Ukudidiyela ukulawulwa kweziNhlekelele ezifundazweni.
Ukusungulwa kohlaka lweNqubomgomo namasu okulawulwa kwezinhlekelele.
Ukulungiselela amasu okulawulwa kwezinhlekelele.
INHLOSO: Ukusungula uhlaka lweNqubomgomo namasu lokulawulwa kwezinhlekelele.
INHLOSO: Ukudidiyela nokulungiselela izinhlelo ezikhethekile.
Ukulungiselela ukwakhiwa kohlelo.
Ukudidiyela ukuqaliswa kohlelo.
Ukulawula izimali zohlelo.
Ukuqinisekisa ukubonisana, ukuxhumana nokubika ngohlelo.
Ukuhlola nokuqapha ukuphumelela kohlelo.
INHLOSO: Ukuhlinzeka ngokwesekwa kokusebenza.
INHLOSO: Ukuhlinzeka ngemisebenzi yokweseka.
Ukuhlinzeka ngemisebenzi yezokuthutha.
Ukuhlinzekela imisebenzi yokushicilela, yokuhumusha kanye neyabezindaba abahlukahlukene.
Ukulawula nokudidiyela uhlelo lwezimali loMnyango.
Ukuhlinzeka uhlelo lokuphathwa kwezimali oludidiyele eMnyangweni.
Ukuhlinzeka ngohlelo lokukhishwa kwemisebenzi oludidiyele loMnyango.
Ukuhlinzeka ngemisebenzi yokulawulwa 1.
kwesabelomali kokukhokha loMnyango. 1.
Ukuhlinzeka ngokusetshenziswa kwezimali, ukuhlola, 2. Ukulawula izinhlelo zezimali kanye nezezibalo kwezidingo nezimfuno ukuqapha kanye nokubika. zoMnyango 2.
Imininingwane yomfakisicelo noma yomuntu okufakwa isicelo egameni lakhe okunguye ofaka isikhalazo a Imininingwane yomuntu ofaka isikhalazo sangaphakathi kumele ihlinzekwe ngezansi.
c Uma ofaka isikhalazo kungumuntu wesithathu kungesiye obecele ukuthola ulwazi, imininingwane yomfakisicelo kumele ihlinzekwe ku C ngezansi.
Lesi sigaba kumele sigcwaliswe KUPHELA uma kungumuntu wesithathu ngale komfakisicelo ofaka isikhalazo sangaphakathi.
Uma isikhala esinikeziwe singenele, uyacelwa ukuba uqhubeke ephepheni eliseceleni bese ulinamathelisa kuleli fomu. Kumele usayine onke amaphepha engeziwe.
Uma ufisa ukwaziswa ngenye indlela, uyacelwa ukuba ucacise indlela futhi uhlinzeke ngemininingwane edingekayo ukuze kubhekwane nesicelo sakho.
ngu Yisho isikhundla, igama nesibongo kwesikhulu solwazi/ kwesekela lesikhulu solwazi.
Isikhalazo esihambisana nezizathu zesinqumo sesiKhulu soLwazi/ seSekela lesiKhulu soLwazi kanye, uma kudingeka, neminingwane yanoma yimuphi umuntu wesithathu irekhodi elikhuluma ngaye, kuthunyelwe yisikhulu solwazi/ yisekela lesikhulu solwazi mhla zi (usuku) kumaziphathe ofanele.
